Mbhijikhubalo or ingwijikhwebu umuthi
Mbhijikhubalo or ingwijikhwebu wenzani
Ingwijikhwebu iyangena emithini yecala, iyangena emithini yezitha, uyangena kwizikhafulo.
Umuthi wecala or umuthi wezitha
Umuthi wesitha esikuphethe kabi emsebenzini, noma
umuthi wecala
enkantolo, noma umuthi wecala lomsebenzi lokhu okubizwa nge hearing.
Mbijikhubalo
Khathibesonga
Mhlakaza
Induku enhle kakhulu lena ngisho izinkabi zifika kuwena zikubuze ukuthi ulaphi.
Hlakaza izitha ngengwijikhwebu
Ukuhlakaza izitha udinga yona impela ingwijikhwebu bese ufaka umhlakaza, usebenzisa isikhali lapho unqunu uyakhuluma, uyathetha.
Mbijikhubalo
Mhlakaza
Comments
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
?
DOLOFIYA isihlahla
umsebenzi
waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yomzimba omubi amaqhubu. Usetshenziswa emithini yezifo zamadoda.
Nsukumbili
isihlahla umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Welapha izilonda
ngaphakathi.
Umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokwenza
inkomo
ibe tight. Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwimithi yomzimba omubi, amaqhubu, amathumba.
Ikhokhela
isihlahla umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Ufaka emithini wokuqoqa
isikweletu,
ufaka emithini webusiness, ufaka emithini wemali. Uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wenhlanhla.
Imithi ehlobene
Khathibesonga umuthi
Gwijikhwebu umuthi
Ikhokhela
Indoda
Inkomo yomqhoyiso
Isikhafulo
Isikweletu
Ithumba
Video efundisa ngemithi yonke